Thursday, August 20, 2020

DONT ALLOW NEGETIVITY RULE YOUR MIND

Ungalinge uzibukele phansi futhi ungalinge uvumele indlela abantu abakbuka ngayo ishintshe ubuwena.

Lawa ngamaZwi kaDr Ubuntu ewakhuluma kimi...abantu bayahluleka ukuzithanda mese ungtshela ke umuntu ongazithandi yena qobo lwakhe angakthanda kanjan wena? Engikfundile kulempilo ukuthi ovane ukwenze lokhu ofuna ukukwenza ungalokhane ubikezela.


We were told to hate ourselves awubuke nje ukuthi abaphathi bezwe abanandaba kanjan. Kunecorona ezweni lokho kwasenza sangena kwi lockdown. ImsebenZi beyivele ingekho coz most yentsha ayisebenza,sekuyilockdown kwaworse..  I China yakha isbhedlela in few weeks emva kokfika kwecorona but eMzansi afrika kwambiwa imgodi yamathuna eyizigidi,sathunyelwa ngamasosha afike ashlalisa ovalweni..namhlanje imndeni emningi ilahlekelwe abathandiweyo bayo ngenxa yalohumeni owabulalisa'bantu bakithi eMerikkana.. 

Ngfuna mfundi wami uze ungadidiswa amazwi abo amnandi bayizinyoka labantu futhi abanandaba namuntu except their greedy bellies...noma bengakhuluma kamnandi kumedia bathembise I Zulu nomhlaba pls keep it in mind ukuthi they don't have best interest in heart... Thy are negative people you don't have to listen to what they say just be yourself  and do you #UbuntuBami #UbuntutheAnkhfoundation #UbuntuMuziq

No comments:

Post a Comment

please put this on your mind!

BEFORE YOU MAKE THAT DECISION TOMORROW OF VOTING THE ORGANIZATION OF YOUR CHOICE I ALSO WANT YOU TO CONSIDER THIS...KONKE OKUMBI OKZOKWENZEK...