Tuesday, March 17, 2020

My JOURNEY CONTINUE....

Kuningi okwenzekile empilweni yami kuleskhathi esdlulile but I'm thankfully that I'm still alive and I'm rising up like the album that I will realise by month end....ngihlukane nomuntu ebengimthanda ngenhliziyo yonke yami nakhona nghlukana naye coz bese ngimbona ukuth inhliziyo yakhe isithanda omunye umuntu nempela I was right coz emva kwamasonto ambalwa shlukene wabe esethandana ngoksemthethweni nalelishende lakhe ...but lokho kungfundise ukuth kulempilo ngingathembi noyedwa umuntu coz umuntu uyajika..sekukningi nje ngibala imsebenzi engyenzile jike ngingaholelwa ....kukhona konke ngthathe isinqumo sokukhohlwa ikona konke osekwenzekile ngbhekane nokwakha iksasa lami... Now I know my mission on this world was to build or create that why ekhaya bangiqamba ngokuthi uVusumuzi it was a prophecy ..inow realise that I'm here to play my part and rock my role and live.  My album will be out end of this month it called Rising Up my stage name is Mandulo (Ancient) you can also find my music on reverberation or  or audiomack just search Mandulo.

Ayikho into ehlula ukzehlisa emhlaben ube islima ngamabomu especially uma uyazi inyathuko yakho ukuth ibheke kuph coz kunezinto ezifika zizinhle empilweni yakho kanti zizoyicekela phansi impilo yakho kube khona lezi ezifika kabhlungu empilwen yakho yona zizoyiqinisa impilo yakho... Nakhu okbalulekile kwaMpilo ngokphilwa ukthatha isfundo kukhona konke okwenzeksyo kuyo,ngokwenza kwakho kanjalo kuningi ongakfunda...uthi uWiseman uma ukhuluma usuke uphinda into oyaziyo already kodwa uma uthule kuningi okfundayo..


Okunye engizifundise kona ukungambukeli phansi omunye umuntu ngoba iksasa alaziwa,lomuntu ongelutho kuwena namhlanje mhlawumbe ksasa uzobe udinga ukukhothama kuyenA ukuze uphumelele ...ngizitshelile ukuth omunye umuntu ngizomhlonipha njengalokhu nghlonipha uMdali wakhe ....impilo ingfundise ukbekezela impela kuyiqiniso uma kungakbulalanga kyakwakha #UbuntutheAnkhFoundation #UbuntuMusiq

No comments:

Post a Comment

please put this on your mind!

BEFORE YOU MAKE THAT DECISION TOMORROW OF VOTING THE ORGANIZATION OF YOUR CHOICE I ALSO WANT YOU TO CONSIDER THIS...KONKE OKUMBI OKZOKWENZEK...