Wednesday, March 18, 2020

UMPHEFUMULO

Umphefumulo ophefumulwa umuntu, umphefumulo ophefumulwa islwane,umoya ophefumulwa izihlahla uyafana...yini kambe eyenza ukphila kube nempilo? Uma kungawona umoya lona esithi umphefumulo...
Umoya akekho okwazi ukuwuhlukanisa ukuth lo umoya nje onormal okanye lona umoya ovela kumuntu ogulayo..akekho umuntu ongakwazi ukhlukanisa umoya ukuth lo uvela eKemet or lo uvela eChina..akekho futhi ongakwazi ukhlukanisa umoya ukuth lona owayizolo kanti lona owenkulungwane yemnyaka...kafushane umoya uyafana and umoya uwodwa.

Umoya owawuphefumulwa amaThongo akithi koMapholoba ngiphefumula wona nami...cabanga ke ngoba kulomoya kukhona ukphila..umoya awufi..kshuthi okhokho bami bayaphila as long ngisaphefumula lomoya ababewuphefumula sindawonye nabo as long ngisawuNgcobo isbongo sami okhokho bami baphila kmina..imina ophethe novikele isthunzi sabo..

Islwane sinegazi njengawe sinamehlo njengawe sizwela ubhlungu njengawe.. Awuboni ukuth uma uqhubeka uzbulala lezilwane uzogcina usuzibulala wena uqobo ngoba wena nalezilwane nihlobene ngegazi nangomoya..so lo moya ungalenzi iphutha uwuthathe kancane uMoya uyaphila futhi uMoya ungukuphila #UbuntutheAnkhfoundation

2 comments:

  1. Ubuntu we thank you for your insight and teachings

    ReplyDelete

please put this on your mind!

BEFORE YOU MAKE THAT DECISION TOMORROW OF VOTING THE ORGANIZATION OF YOUR CHOICE I ALSO WANT YOU TO CONSIDER THIS...KONKE OKUMBI OKZOKWENZEK...