Wednesday, March 1, 2023

Life today

Today is not like other days.. These days are complicated our generation are generation of fools.. People who don't care about others even about themselves.. Kuyadlwengulwana.. Omama badlwengula izingane badlwengula amadoda.. Amadoda adlwengula izingane adlwengule izinja nezimbuzi.. Our tomorrow leaders indlela abaphuza ngayo baphuza ngathi they will be no tomorrow.. Izidakamizwa ezintsha zibuzwa kubona.. Angsayiphathi eyamantombazane abantu abazoba omama besizwe balala kbona utshwala.. Intombazane iyakwazi ukuhamba iye otshwaleni ingenamali ithi izophuza ngekhofonoza yayo... Inkinga esbhekene nayo siyisizwe igeneration yabantu besfazane abazi ukuthi othandweni kmele bacontributer ngemzimba yabo I generation ebusy ngestone nesinemfu ngoba kuzanywa ukuthi kubanjwe amadoda.. Abazali bayaqhulula.. Angigxeki bona kphela kodwa nabafana bakhona othi mawubheka kahle ubone ukuthi sisazoba nenkinga la emnyakeni ezayo uma abantu abadala sekuyithina.. Mina ngiktshela ngentsha yanamhlanje engazi lutho ngosiko lomuntu omnyama abanye abazi ngisho izthakazelo zabo abazi lutho ngomlando wabo...labantu basazokhula babe obaba ksasa yini abazoyifundisa ingane zabo uma behluleka ukfunda manje... Nami angikho perfect coz nginezingane ezimbili ekunzima kmina ukuthi ngizondle ngenxa yokungasebenzi and kuyaye kungphathe kabi ukbona umjita osebenza kahle kodwa ehluleka ukondla ingane yakhe lowo usakhela igama elibi kugcine sekthiwa amadoda izinja. Abantu bayabulalana bayamonelana sphila eskhathini lapho abantu ihlazo bengalisabi ihlazo seliphenduke imfashini.. Namhlanje ukthandana kwabobulili obufanayo buyinto esinormal uma ukugxeka uthola ukgxekwa kunzima kthiwa uvela phi wena ngaleskhathi usagxeka izitabane.. Ukukchazela kancane nje ngestabane igama elithathwe kwelithi Easter bunny.. Easter bunny islwane esingaqondakali nje ngabo labantu abaphila lohlobo lwempilo.. Bunny ayizaleli amaqanda njengoba sino kbona kwi Easter bunny.. Lento iyi confusion.. Inkolo imangxubevange awusaqondi okuyibona abakhuluma iqiniso wonke umuntu uthi lapho ekhona kuncono uthi mawuthi uyabheka zyafana zonke.. Sekvane kwanda izangoma nazo othi mawuthi uyabheka ayikho into etheni ngazo ngoba abantu basagula still.. Izifo zisafika bengazibonanga zibaqede abantu bengazinqobanga... I most yalezangoma azilaphi Abagulayo kepha zisiza abantu abanezinhloso ezimbi njengabantu abafuna ukuthakatha abanye abantu.. Abantu abafuna ukbhidliza imshado yabantu kanjalo nokhlukanisa imndeni. Namhlanje ukthwala sekuyifashion ngisho abafundisi bathwele izangoma zithwele... Most yabalaphi abasalaphi sebeyathwebula.. Manje sikeskhathini esimbi abantu sebenolunye ulwazi lwamakhambi angalungile ngokukhulu ukungazi bayawasebenzisa kanjalo nemlingo and lemlingo abayenzayo abanalo ulwazi olujulile ngayo.. Nakhu ke okbalulekile ekmele sonke sikwazi ukuthi every action taken inomvuzo ekgcineni #UbuntuBami

No comments:

Post a Comment

please put this on your mind!

BEFORE YOU MAKE THAT DECISION TOMORROW OF VOTING THE ORGANIZATION OF YOUR CHOICE I ALSO WANT YOU TO CONSIDER THIS...KONKE OKUMBI OKZOKWENZEK...