Saturday, December 24, 2022

Impi yobumnyama isemome

Abantu bakithi kuleskhathi kumele bahlale beqhaphile bazibheke futhi ngoba manje umhlaba uyaqoqwa.. The war is among us okwamanje asikakazi ukuthi silwela ini coz uzobezwa bethi bafuna umhlaba but uma bengawuthola bazowenzani? Thole ukuthi bawufuna kanjena nje I bafuna ukwakha imjondolo hhayi ukusungula amabusness.

I lesi sizathu ke esizoholela empini yomhlaba ngoba kuza indlala enzima kakhulu ezweni uma isifikile izobe isiphoqa noma ubani ukuthi alwe ukuze aphile.. Ngyazi ngeke uyikholwe le engiyishoyo but bukela amamovies what they do they spread awareness for their fellow race members to prepare themselves.. Iwant us to do the same when we are watching movies we must watch them to learn from them not just for fun... Ukwenza kwethu kanjalo kuzosisiza ukuthi sizilungiselele for iskhathi esizayo ngoba sizobe sibuza ukuthi unamandla angakanani... Bazokudla or uwena ozobe udla bona.

Njengamanje Inkinga esbhekene nayo siyisizwe ubuholi obuholwa ogombela kwesabo abantu abangenandaba nhlobo nomunye umuntu bane ndaba nabo nemndeni yabo kuphela... Buka nje kunomnyango kwahulumeni obhekelela amaciko kodwa lowo mnyango awuwenzi umsebenzi wawo coz amaciko alambile namanje while bona behamba ngezimoto zikanokusho... Isxwayiso sami sithi baqaphele ngoba indlala ibanga uLaka #UbuntuBami 

No comments:

Post a Comment

please put this on your mind!

BEFORE YOU MAKE THAT DECISION TOMORROW OF VOTING THE ORGANIZATION OF YOUR CHOICE I ALSO WANT YOU TO CONSIDER THIS...KONKE OKUMBI OKZOKWENZEK...