Thursday, October 6, 2022

HOW TO KEEP A MAN?

I greet you all my fellow readers today I would like to talk to women's who want their relationships to last longer. This is what you need to know about men's... First no man who loves women who is loudy, never shout your man uma enze into ongayithandi find a decent way to talk to him.. Umuntu wesfazane othanda ubumnandi akekho umuntu weslisa ongajabulela ukshada nomuntu onjalo ngoba iskhathi esiningi umuntu othanda ubumnandi uthanda nabantu abenza Lobo bumnandi okungabantu beslisa... Every men need a decent woman.. A woman of integrity, umuntu wesfazane othi uma ebona imali acabange izinto eziyaphambili njengokqala I business or ukthenga izinto ezishodayo endlini or ukgqugquzela indoda ukuthi yakhe umuzi... Womens must never look for marriage but marriage must look for them.. Ayikho indoda ethanda njalo uklokhane ibuzwa ukuthi uzongshada nini uma unawo amaqualities okuba unkosizakazi umshado ngeke uwufune kodwa uyozifikela... Okunye futhi ayikho indoda ethanda ukuthi kucofwe ifoni yayo.. Ifoni yendoda ungayikutululi ufune ukbheka izinto ezingakudingi ngoba nakhu ekmele nikwazi ngomuntu weslisa ukuthi unothando oluningi olungameneli umuntu oyedwa ingakho iba nabantu eceleni lapho izijabulisa khona hhayi ngoba ingasamthandi umuntu wayo but indoda ukuze ibe sharp akfanele ihambe indlela eyodwa ngoba izosuke ingayazi impilo.. Okunye futhi abantu besfazane baningi kunabeslisa so Uma singathi yonke indoda ayibe nomuntu oyedwa baningi abantu besfazane abangasala bengenamadoda okungadala umona nenzondo so lena indlela yokwandisa uthando emhlabeni.. Wahlonipheni amadoda enu niwathobele ningawaqulisi amacala ngoba ayikho indoda ethanda uvuka skhulume.. Uma ungenza njalo Dade wethu umshado uzowuthola bese uyekela ukthatha ama advice othando kubantu abangekho othandweni.

No comments:

Post a Comment

please put this on your mind!

BEFORE YOU MAKE THAT DECISION TOMORROW OF VOTING THE ORGANIZATION OF YOUR CHOICE I ALSO WANT YOU TO CONSIDER THIS...KONKE OKUMBI OKZOKWENZEK...