Thursday, September 15, 2022

UMONA

Singabantu lesifo Ave sisibulala futhi isona esenza singaphumeleli as abantu.. Futhi lesi sifo simandla kakhulu kthina bantu abampisholo siyamonelana omunye uma ezama eskhundleni sokuthi simeseke sizomtshela ngokuthi imzamo yakhe izofeyila kanjan.. Impilo iskhathi esiningi siyibuka ngowrong sihlezi sfuna uwrong kunoma ngabe yini into enhle eyenzekayo.. Njengamanje ngzokhuluma ngami mina Mandulo ngenza umculo and ngizwana nabantu... Iskhathi esiningi labantu engzwana nabo bayawuncoma umculo wami bathi umnandi kodwa kubona bambalwa abasawuthengile umculo wami abanye bananesbindi sokungicela ukuthi ngibaphe wona kodwa bayakwazi ukbhema insangu ebizayo manje namanje.. Abanye baziwa njengabancolisi bamatafula lapho bephuza khona kodwa kbona kunzima ukukhipha uR80 umuntu at henge icd yami angixhase... Uthi uyabheka izinto akazigqokile iteku lakhe lingawuthenga wonke uwodrobe wami kodwa kyena kunzima ukungxhasa ngoR140 for ama album ami amabili umuzwe ethi ngfisa ngathi ungaphumelela ntwana.. Lapho sengyazi izenzo izona ezikhulumayo than umlomo ngoba umlomo usho noma yini. Mhlawumbe ke abasixhasi nje ngoba basaba ukuthi sizosuka sibe ncono empilweni sfane nabo size sbadlule kanti bona abakfuni lokho kepha bafuna ukukhulekwa... Lowo ke zingane zakwethu umona lokho ukcabanga okunjalo kuvela enqondweni yomuntu ogcwele I nzondo umuntu owazi ukuthi izinto ezinhle zifanele yena kphela.. Buka nje abantu bakithi besfazane bayakwazi ukukhipha imali bathenge amacici abiza imali engaphezu kukaR100 and lawomacici mawuthi uyabheka awenziwanga umuntu omnyama kodwa uma uMandulo ethi amacici awadayisayo ezenzele wona ethi uR50 bathi ngyabiza bathi abanye bayafika ukungxhasa manje Inkinga ngyabiza uthi uyambheka lomuntu osho lokho ugqoke izingubo zenani eliphezulu ksuka phansi kuyaphezulu uyazibonela nje ukuthi imali ithi gogo la kyena kodwa abe nesbindi sokuthi amacici engiwadayisa ngoR50 ayabiza.. Iyona knye lementality ekfanele singabi nayo ukuze sidlondlobale siyisizwe sabaNsundu ngoba uma singazifundisa ukwesekana kukhona konke okuyimzamo abantu bakithi abayizamayo singathuthuka sgcine sfana namazwe afana noCuba no Russia.. Sikfake emqondweni yethu ukuthi umuntu omnyama ucapable naye futhi uyakudezeva ukwesekwa uwena ngalendlela oseka ngayo bonke labantu bezizwe abangakwazi futhi abenganandaba nawe unlike mina I'm your brother usizi lwethu luyafana.. Myb uncono kunami but uma ungangeseka nami ngingaba ncono njengawe kuthi mhla sekunzima kube imina ozoktakula akwenze ube ncono phela izandla zyagezana sisho njalo isiNtu.. So bantu bakithi umona asiwuyeke angeke usiyise ndawo as isizwe knalokho usbuyisela emuva #UbuntuMusiq #UbuntuBami #Ubuntutheankhfoundation

No comments:

Post a Comment

please put this on your mind!

BEFORE YOU MAKE THAT DECISION TOMORROW OF VOTING THE ORGANIZATION OF YOUR CHOICE I ALSO WANT YOU TO CONSIDER THIS...KONKE OKUMBI OKZOKWENZEK...